top of page

Zamlandela - Lomuthi wenza owesifazane noma owesilisa 
athandwe abantu bevele bamoyizele Nobekudinelwe noma 
nixabene umubona esehleka (uvelabahleke). 
Unjalo nje lomuthi wenza igazi lakho lisheshe futhi lihlazeke 
ube nesikhumba esihle. Nokuthola umsebenzi uma 
wawudalelwe wona kulula ukuwuthola ngoba uba nogazi ngisho 
kwabamhlophe okanye nakwezinye izinhlanga. 
Uhlanza isidina kanye nesichitho. Kumamatheka ngisho ingane encane, 
isithandwa sakho sihlale siwumoyi moyi, simoyisela.

Zamlandela

SKU: UMWE-00000000089
R50,00Price
  • Phalaza uma uthanda faka isipuni 
    esigcwele esisodwa ubilise amanzi nalomuthi; 
    ungaphalaza ngojeke owodwa.Gquma: 
    Bilisa amanzi Kanye nalomuthi ufake eziwu 3 
    (ezintathu). Uzowuhlukanisa phakathi ukhiphe 
    ozogeza ngawo ngoba akumele ugeze ngobugqumq 
    ngawo. Uma usuwuhlukansie phakathi ozosala 
    ebhodweni ungaphinde ufake amanzi uthi 
    ukuwagcwalisa uma sekubila usungagqumake.

bottom of page